mandoza – respect life lyrics
[intro]
this one goes out to my boys
abafana ba mbophe
[chorus]
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha ugogo nomkhulu
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha uyihlo nonyoko
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha bonke abantu
ukuze iinsuku zande ezweni
[verse 1]
yiba mnene nje ngejuba
ngokukhaliphisa okwekati (?)
ungasabi ukuthatha ama-chance
ungavumi ukuwela phansi
ufunde ngesifo socansi
ubheke nabaphansi
ungakhohlwi uku-build-a nekasi
ung-yithathi imali yegazi
ubheke nabafazi
ngoba bafa bazi
bhekela abasweleyo
ukhulume nomphakathi
ungafeli ngaphakathi
ungakhohlwa nokuthandaza
ngoba ujehova uzok-mangaza
ubaba uzoba nawe
[chorus]
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha ugogo nomkhulu
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha uyihlo nonyoko
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha bonke abantu
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
respect yourself boy
ukuze nathi sizokuhlonipha
[verse 2]
ubaba uzokwenza sure
ukunika zonke iikhali zempilo
ezivutha umlilo
nje ngama langabe
ngoba angifuni uhambe ne-fashion
ngasifunda isifundo sami
for angifuni wenze the same flop
ubaba alityunile
nga’ngena ejele ngaphuma
ngaphinde nga-survive-a
ngabhem ama-drugs ngaphuma
phinde nga-survive-a
ngoba ngiyathandaza everyday
[?]
ngiyazi ukuthi impilo yami
ngiyi-dedicate-ela k-mdali
hlonipha i-life boy
[chorus]
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha ugogo nomkhulu
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha uyihlo nonyoko
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
hlonipha bonke abantu
ukuze iinsuku zande ezweni
hlonipha i-life boy
hlonipha impilo boy
respect yourself boy
ukuze nathi sizokuhlonipha
Random Lyrics
- damhnait doyle – liquor store flowers lyrics
- onia$ & conblaze – sa sufere haterii lyrics
- solo439 – flieg los lyrics
- ששה – chayim tovim – חיים טובים – shasha (israel) lyrics
- ingrid andress – both lyrics
- icey stanley – good enough lyrics
- gsntd – my slime (mucus) lyrics
- conscious clay – a critical reprise lyrics
- серёга (seryoga) – вторжение (liberty city: the invastion) lyrics
- b-mike – save me from my feelings lyrics