masterplan entertainment - mr brown(farewell) lyrics
intro-mr brown
kuzobe kugrand kakhulu laphana
kahle kahle wena mfethu leshandisi yami mfethu
yabo ngfuna ukuthi ngiyiphushe lama shows ngisazowashaya
so nje mfethu inyuku sisazoyikhanda
ngizo negotiator nalomjita we-sound mfethu
ngimtshele ai yazini n-gg- cuz une sound
ngine vision asisebenzisane mfethu yabo sizo cutter(lana)
half half cuz ngeke ngikwazi ukukhokhela
chorus-luwe da lion
thing can change when life turns another page
we appreciate the chance we got with you
farewell go well my brother,farewell we will meet
in another world,,sizwile imiyalelo yakho
salandela indlela yakho,sohlala siybambile!!!
verse1-ceejay
i guess the end came too soon
none of us were expecting that it’s going to be you
i mean you were not sick by healthy but god chose you
reserve a place for you in heaven but we thank you
you were a brother from another mother that don’t change
was with yesterday you told me to my song you relate
you said that i’m an inspiration to them kids my age
and i’ll make it one day the saddest part you won’t be here
(rip n-gg-)
verse2-s.y.a
(rapping)besamba sonke kodwa lokho kushabalele
bheka unkulunkulu uphile yena futhi usethathile
isihlahla sihamba namagxolo aso isimo sesishintshile
qhawe lami nsizwa yakithi iynhliziyo zikhathezekile,ai
(singing)akujwayeleki kodwa uhambe kahle
amehlo abheka emuva n-gg- lami
sohlale sikukhumbula njalo njalo
(rapping)uybekile induku ebandla mengfisa ukukbamba ithambo nje!!!
verse3-napthali
it’s hard accepting i never cross paths with you
a real n-gg- they’ll never be another someone like you
pave the way through the jungle
ubuwuhlanya eliphethe ubhushu
now god has taken you too,eish
left us with nothing but only good memories of you
back when farewell was a favorite song too
today i’m with the fam singing and reciting farewell to you
studio session will never be same without you
bridge-luwe da lion
sizwile imiyalelo yakho
salandela indlela yakho,sohlala siybambile!!!
verse4-shabba da gr8
lost a soldier at war and besingalindele
everyday silala ngeprayer i hope inkosi ukwamukele
sophusha ispani egameni lakho bazoze baslalele
ubuyindoda emadodeni ubuyinsizwa ziphelele,yeah yeah
hope you are in a better place now,hope you watching over
uskhanyisile to be on now,uhlale nabo bajabula waze
waqopha umlando i hope you shine your light
sesekbona in the next life brown
verse5-j-bhudda
n-gg- you’ll always be my brother
sihlangane k-ma shows uhlezi ushaya amasavanna
and njalo mubamba imic bushaya ipunch ushiye kukhalwa
yazi angikholwa ukuthi awusekho,ubani osezo rocker icrowd manje?
ukufa kwisela yazi bengithi ngisazokbona ngikhumbula
sibuhlaba ka bees kini ngaswisha khona hamba kahle brown
indawo yakho ikulindele egalile ngoba uyasho umhlabeleli
ukuthi sohlangana egalile
verse6-manqamuka
njalo mangvala amehlo ngi feeler engathi ngisazokbona
kube engathi usasekhona nkulunkulu awunamahloni
wafika singalindele nokufa kwasishaya ingozi
ubeyindoda emadodeni,uyimbali eqhakazile ehlezi
ilandelwa zinyosi usuphila kwelamadlozi
yazi ngiyaye ngihlale ngithule ngizibuze ngiyphenduli
ngithi mhlambe usazobuya ngithi mhlambe usazulile
kodwa ke ngibuye ngiykhuze ngoba imina owafika
ngakbona ntwana usulele sebekthatha bekuphendula
bekfaka kulena yeyidumbu yazi umzimba wadikibala
ngazizwa ngiphela amandla kuzomele ngphumele obala
okungphatha kabuhlungu angizange ngisakthinta nesandla
just ukuthi ngikuvalelise ngoba yazi kunomehluko
mangithi sobonana noma ngithi uhambe kahle
bridge-luwe da lion
sizwile imiyalelo yakho
salandela indlela yakho,sohlala siybambile!!!
verse7-sathane
unkulunkulu uphile emhlabeni futhi okungokwakhe ukuqoqile
oksele sekubhekene nathi asimbongele osedlulile
kulomnandi n-bunzima balomhlaba kuye sekphelile
konke sekushabalele mr brown bhoza yami please uze uskhonzele
kulelozwe lesithathu cishe manje usukhululekile,mr brown bhoza yami uze uskhonzele kulelozwe lesthathu surely ujolethial
verse8-mlyza(mageba tribe)
if you know how i feel right now
ngihleli ngiyacabanga how you’ll be right now
from a stranger and a fan to a friend and a brother
yazi ukuthi awunoni umhlaba manje impilo ayimnandi
ushiye abantu abebekthanda
ungenze ngakhumbula kuthi sonke siyahamba
into esiyizele uthando nememory neyithombe zakho
impilo yakho isheshile bek-mnandi ukuphila nawe
mr brown uhlanya lwabhushu bekuhlanya lwami
chorus-luwe da lion
thing can change when life turns another page
we appreciate the chance we got with you
farewell go well my brother,farewell we will meet
in another world,,sizwile imiyalelo yakho
salandela indlela yakho,sohlala siybambile!!!
verse9-matchie(entalpy)
bathe angi deliver ispeech mina ngakhetha ukuspitter
bathe angikhulume as a friend n-gg-r,they know
kudala sigudla,yimlo umc chino lentwana obuyi inspire
namanje usangi inspire,u did a track for osnangananga
n-gg- i owe you a hit,banamanga bathi besi beefer ei
thina kudala sigudla,2014 sisaqoka ngokufana
2016 nga loser my sponsor wa loser your job
sasala si broke,yaphuma uif awkaze w-ngicrosser ubufika
uzongibhoka rip n-gg-
verse10-mtk(black dance)
(singing)
uthando luhamba nenhliziyo
amaphupha ahamba nezifiso
sekwanele kwanele,kwanele kwanele nkosi yami
mr brown uhambe ngokuzuma bo oooo
washiya siybambile sohlale siybambile,sohlale siybambile sohlale siybambile(oh nkosi)
verse11-leko
besi sharer ubeer namahlaya sdakwa sidunuse sidlala ivodka
umusic osenze saba together,yize singazange senzi track together
your punclines be powerful u k!lled shows,buhlanya oluphethe ubhushu you chopped them pieces you caused pain wasehlisa nezinyembezi angingcwabanga n-gg- ngithi rest in peace
chorus-luwe da lion
thing can change when life turns another page
we appreciate the chance we got with you
farewell go well my brother,farewell we will meet
in another world,,sizwile imiyalelo yakho
salandela indlela yakho,sohlala siybambile!!!
Random Lyrics
- sam tudor - chlorine lyrics
- suspekt - intermezzo lyrics
- lil boy jap - a lot lyrics
- 6omery - i miss lyrics
- alvaro soler - si no te tengo a ti lyrics
- ugo borghetti - ciaone pt. 2 lyrics
- south killaz - efeito colateral lyrics
- sanhedrin - eternal battle of faiths lyrics
- dj luke nasty - adina (freaks) lyrics
- sälen - sweet toothache lyrics