azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

medy kenels – kuth’angizule lyrics

Loading...

(chorus)
baby girl, every time you go away, you take my breath away, ungishiya ngangazi nix. x2
kuth’angizule x4 eh eh!

verse1

sweatylover sthandwa sam, themba lamathemba ami, ngilosi yamaphupho amanandi mnikaz’wenhliziyo yami
nzulu yemfihlakalo, dlozi lezindaba ezimnandi, wena ong’busisayo ongenza ngenz’izinto engingazazi
mara lavi sthandwa sami
ulenzani ikhanda lami? ungenzani sthandwa kodwa ucanganisa imizwa yami? phela wena ungenza ngikhohlwe ukuthi nami impilo nginayo, naku facebook angiboni omunye umuntu enginga chat(tha) naye
baby, every time you go, every time you call me on my fone, ngivele ngi sick(khe) strong, ngivele ngihlanye when i hear your voice, its like ngingaphuma ngihambe umhlaba wonke nqunu njengo zodwa.. wabantu
ngathi ngingaku kiss’iy’nyawo. nojesu uze uneskhwele yilendlelengik’khonze ng+yo. ngikuhalela nge kiss, abakini abangizwisisi lento eng’phul’inhlizizo but still ngikuthanda ngesbindi

(back 2 chorus)

verse2
ngiswele amazwi okuchaza indlela engikuthanda ng+yo. kusukela manje ngizokuthanda kuze kube phakade. ngizokukhela amanzi ngikubhave nami khengibhave nawe senze izinto eziningi kakhulu, kuyolamula ukukhala kwengane

angazi ungidlise ntoni mara ingihlanyisa kamnandi, namanje baby angikholwa kwala noma ngiphuza amanzi. lento yethu inokuthula, lento yethu inomkhuba abanye bafuna ukuyihlakula ngaba beyibona ikhula

baby, every time you call, every time you tell me ukuthi u+lonely, ngivele ngihlanye coz, angifisi ilanga lishone ngingakakuboni
mawunenkinga plz ringa nami ungabi namahloni or uzophenduka i wrong number uyakhala kubantu aba wrong

i miss very much, i mis you big time like sky size if that’s enough. i mic the moments we shared, the moment you said till we meet again ma baby please take care

(chorus)
baby girl, every time you go away you take my breath away, ungishiya ngangazi nix
kuth’angizule



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...