ncandweni christ ambassadors – buya nkosi jesu lyrics
nkosi kanti koze kubenini hee ukuba ulandi bandla lakho
sithi salubuya baba buya nkosi jesu iye
uzolanda ibandla lakho
nkosi, kanti koze kubenini hee ukuba ulandi bandla lakho
sithi salubuya baba buya nkosi jesu iye
uzolanda ibandla lakho
sithi salubuya baba buya chawe lezulu
uzolanda ibandla lakho simele wena
sithi salubuya baba buya ngonyama yezulu
uzolanda ibandla lakho
okhokho bethu nkosi yami abasendulelayo
o danyela nabo stefane nabo bayamemeza
bathi salubuya baba buya mpande kadavide
uzolanda ibandla lakho
hhawu! ithuna labo davide okhokho bethu
nalo lisekhona khona phanse mhlabathini
nabo bayamemeza bathi salubuya baba buya mpande kadavide
uzolanda ibandla lakho bakulindele
salubuya baba buya chawe lezulu
uzolanda ibandla lakho
empumalanga kuyabheja kuyasa
nemisebe seyibonakele salubuya baba
buya ngonyama yezulu hhawu
uzolanda ibandla akho
nemihele yokuza kwakho izwakele emadlebeni
kanti futhi seyibonakele hhawu
salubuya baba buya mpande kadavide
uzolanda ibandla lakho salesewubuya nkosi jesu
sithi salubuya baba buya ngonyama yezulu iyee
uzolanda ibandla lakho
hhawu! kanti nkosi koze kubenini?
kubenini nkosi sikholwa silindele baba uzolanda baba ibandla lakho?
koze kubenini koze kubenini silinde wena baba uzolanda ibandla lakho
sesizawuze siwe sihlubuke endleleni buya nkosi jesu
Random Lyrics
- smoovlee – irresistible lyrics
- blanko (ecu) – mili pili lyrics
- hannah mae – waterdicht lyrics
- 031choppa – love me lyrics
- zumbis do espaço – o anjo da morte lyrics
- parni valjak – ti povuci prvi potez lyrics
- shaquees – was it worth it lyrics
- siracha sugar – northboundkm$$ lyrics
- billlie – dang! (hocus pocus) (english ver.) lyrics
- deadbeatvillain – the straw that broke my back lyrics