ncandweni christ ambassadors – zulu khaya lami lyrics
awu zulu khaya lami
izulu ikhayalami kulapho sophumula khona
izulu ikhayalami kulapho sophumula khona
izulu ikhayalami kulapho sophumula khona
izulu ikhayalami kulapho sophumula khona
ngiyalangazelela
ngiyalangazelela ukufika khona le
izulu ikhaya lami kulapho sophumula khona
ngiyalangazelela
ngiyalangazelela ukufika khona le
izulu ikhaya lami kulapho sophumula khona
noma siyahlushwa
noma siyahlushwa nomasdelelwa,kodwa liyeza ilanga lethu
noma siyahlushwa
noma siyahlushwa nomasdelelwa,kodwa liyeza ilanga lethu
kodwa liyeza ilanga lethu kodwa liyeza ilanga lethu
kodwa liyeza ilanga lethu kodwa liyeza ilanga lethu
nantiya
nantiya silibona ngamehlo enhliziyo
izulu ikhaya lami kulapho sophumula khona
nantiya
nantiya silibona ngamehlo enhliziyo
izulu ikhaya lami kulapho sophumula khona
laphe mhlabeni sisemkhukhwini okweskhashana bazalwane
uma ledokodo esilembathile lidilizwa thina siyekhaya
ngiyalangazelela
ngiyalangazelela ukufika khona le
izulu ikhaya lami kulapho so phumula khona
nomangigcoka
nomangigcoka manikiniki ikhoningubo emhlophe cwa
nomangigcoka
nomangigcoka manikiniki,ikhoningubo emhlophe cwa
nomangigcoka
icolekile,ngizoyembatha mhlangicedile ibangalami
icolekile,ngizoyembatha mhlangicedile ibangalami
sithi nantiya silibona ngamehlo enhliziyo
izulu ikhaya lami kulapho so phumula khona
Random Lyrics
- taponi – дом (home) lyrics
- maltray – вернуть назад (give back) lyrics
- charlie mcalister – hog man lyrics
- j. little (jared little) – don’t chya know lyrics
- ramma (lab tv) – 1take lyrics
- ардженто & symen haze – the color of tragedies lyrics
- dara bubamara – gar lyrics
- more more jump! – 悪役にキスシーンを (akuyaku ni kiss scene wo) lyrics
- jmcee – 53.7566°n, 3.0213°w lyrics
- $eventh1nl1fe – попытка (intro) (try) lyrics