nomfundo moh – muntu wasemzini lyrics
[intro]
(yeah, you know it)
[chorus]
wemuntu wasemzini
(ngiyabong’ ukwenzil’ uk’thembeka kimi)
ngizwa nithi
(nizomlanda umakoti wenu)
wemuntu wasemzini
(ngiyabong’ ukwenzil’ uk’thembeka kimi)
ngizwa nithi
(nizomlanda umakoti wenu)
[post+chorus]
yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
[verse 1]
bafikil’ abakhongi
kuhlangenwe ngam’ aw’boni? (aw’boni)
bezocel’ isihlob’ esihle kithi komavela
bengivele ngamafastela
ngilokhu ng’shona le ngitatazela
w+ng’shela kwaba njalo
ubhuti indaba yakhe way’mela (way’mela mela)
ngibonani ngamehlo ami, ngibonani?
ng’yaphuphani na? ng’yaphuphani? (ngabe ng’yaphupha?)
kukhona nam’ obon’ unkosikazi kimi
unesifiso sokuth’ ng’yovus’ umuzi wakini
ng’ze ngazizwa ngimkhulu
ngazizwa ngiwmuntu
ng’yabonga kakhulu
[chorus]
wemuntu wasemzini
(ngiyabong’ ukwenzil’ uk’thembeka kimi)
ngizwa nithi
(nizomlanda umakoti wenu)
wemuntu wasemzini
(ngiyabong’ ukwenzil’ uk’thembeka kimi)
ngizwa nithi
(nizomlanda umakoti wenu)
[post+chorus]
yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
[verse 2]
injabulo is sky high
ubhut’ uy’khiphe zonke
nam’ angaz’ kodw’ umshado ngath’ usondele
ng’yambon’ ubaba, ng’yambon’ umama
bona bajabule
ng’yambon’ ubaba
eseng’bambe kwakungiqinisa ngengalo
ng’yambon’ umama esengiyalisisa ngalolu hambo
uzuy’phathe kahle mtanami
uhloniph’ emzini mtanami
umendo ke kaw’thunyelwa gundane
noma kunzima ngicel’ uy’bambe ziqine
uzuy’phathe kahle mtanami
uhloniph’ emzini mtanami
umendo ke kaw’thunyelwa gundane
maw’ kunzima ngicel’ uy’bambe ziqine eh
[chorus]
wemuntu wasemzini
(ngiyabong’ ukwenzil’ uk’thembeka kimi)
ngizwa nithi
(nizomlanda umakoti wenu)
aw’ wemuntu wasemzini
(ngiyabong’ ukwenzil’ uk’thembeka kimi)
mina ngizwa nithi
(nizomlanda umakoti wenu)
[post+chorus]
yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)
Random Lyrics
- trippin & amtilb – change lyrics
- all systems go (nj) – moonview highway lyrics
- яндексс (yandexx) – тюн таг (tune tag) lyrics
- saintchris – don’t want see lyrics
- mxnashe – iwontmakeit lyrics
- lil timmie – swaggerboy2005 lyrics
- fem.love – напиши мне блинб (write me a damn) lyrics
- peuk – good old ways lyrics
- terreyl fields – slice slide lyrics
- bitter breath – the mansion lyrics