azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

philsner – impilo ka siphokazi part 2 lyrics

Loading...

[intro: philsner]
dai deng iso, it’s philsner
ddi part two

[verse: philsner]
usiphokazi bekazi tshela ukhuti uready for lelanga
until abone umamakhe sekathulile sebam vala
wahlanya wagijimela ekitcheni
for umese wokuzi gwaza azo ngena no mamakhe ebokisini

inurse lagijima fast lam bamba izandla
usiphokazi wazi shaya pansi bhekazi limaza
bheka cabanga yonke ipast ebeyise khanda
ulose umamakhe plus yi birthday yakhe ksasa

imizwa yakhe ngaphakati ize ya nyamalala
azange afeele nex uku shisa beku fana noku banda
so beseka funa ukuzi zwisa ubuhlungu ngoba atleast beku khona something ebeka yizwa makazi limaza

ambulance kudala bayfounela and aykako fiki
umphefumulu sowu phumile manje akusa sizi
umuntu ebekanga siza wumalume mara akana ndaba
uyazi usisi wakhe uya gula mara use spotini

foneli ihesh in 10 minutes seyi kokoda emnyango
mabezwa usiphokazi ascreamer bashawa wuvalo
bacabanga uku jika mara mele benze umsebenzi wabo
that’s when kufika isonto seba ngena ngomthandazo

siphokazi bheka screama ngathi bayam shaya
that’s when aquleka inurse labe selimu thata
beseli stoppe uku khala lize lajabula uku bona
umama sipho aphumulile agule imi nyaka emi engaka

siphokaz wamenza proud umamakhe
uze survive angamazi ubabakhe
mara umamakhe ushone kusase early ngoba angako wazi wonke ama secret adeep ngo mtwanakhe

this year usipho uphinda ugrade nine bayamhleka
ngapha unama hloni akasa funi noku buyela
mamakhe bheka ngazi because bhekamu fihlela
maka celi report athi bawa thola kuphela ngo december

usiphokazi njalo bheka doja eclasini
uku qiniseka ukhuti ngo two o’clock ufika endlini
for ukwenza sure umamakhe uyawa phuza ama pilisi
it’s been two months isimo sa mamakhe singa chinchi

njalo maka dojile umamalhe bekamubuza
ukhuti why afike early nango kuthi basa funda
beseka ngekho strong for uku checka iyncwadi
so beseka buza kphela anga nabo ubu fakazi

maka gula kakhulu usipho bheka lova eskolweni
mara angasho k-mamakhe ngoba angazi ukhuti amu tsheleni
agc0ke iuniform makathi uya hamba ajike endleni
bhekenza ngathi uyaya bese ahlahle ngase fastereni

alalele umamakhe akwehlela ilanga lonke
“nkosi ngicela ungithathe manje ngoba angeke ngiphole”
ama gama ebekawasho maka thandaza
uma usuicidal usiphokazi ulalele ngapha

“imi nyaka intombazane yam ingi nakekela
akanaba ngani nokuyo dlala uyahluleka
umtanamami uyangi phekela ngapha uyangi geza
noma sengize mosha intombazane yam iihlala ingceda

udeserva better kanti why ngisa phila?
umtanami uzo phila kancono makunga hamba mina”
aboma khelwane abamu funi nhlobo usiphokazi
bahlala bayenza sure uyezwa njalo abamu khuluma khabi

“nangu uma faila lento ehlala ilova eskolweni
ugade izi ndaba zethu azo hlekisa unyoko embeni
angimu funi khabi lomtwana usatane
awbheke lento lena incane mara yisi gciila sa umamakhe

aka dlali nezi ngane zethu futhi aka bingeleli
unyoko bekase sbedlela angazi nokhuti ubuyeleni
ayi nabo naba ngani lento yislwane
makakade umamakhe umthola ngaphandle akhulum’ ay one”

eclasini bamu biza ngama gama basaba uk-mu khulumisa
futhi aba dlali naye bathi uzofa mawu ngamu thinta
k-ma meeting ama parent acomplainer khubo teacher
xoshani lomtwana ngoba izi ngane zethu uzozi gulisa



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...