sjava – inhliziyo lyrics
[chorus]
ngish’ ubaba nomama angeke bang’khethele ukuth ngithandana n0bani
inhliziyo ifuna lokh’ ekfunayo
abangani nabongeke ngamane kphele ub’ngan’ inkos’ impela
inhliziyo ifuna lokh’ ekfunayo
funa wena, wena, wena, wedwa
inhliziyo ifuna lokh’ekfunayo
[verse 1]
amehl’ awababoni abanye
abona wena wedwa
and angeke kuze kshintshe lokhu
bakhulume kabi kimi bakhulume kabi kuwe
bath ngibonani kuwe
ngibona lokhu obona ngimi
bayadlala abakhohlwe
mina angeke ngikyeke
ngizokthanda njalo, nongathandi yoze athande
[chorus]
ngish’ ubaba nomama angeke bang’khethele ukuth ngithandan’ n0bani
inhliziyo ifuna lokh’ ekfunayo
abangani nabongeke ngamane kphele ub’ngan’ inkos’ impela
inhliziyo ifuna lokh’ ekfunayo
funa wena, wena, wena, wedwa
inhliziyo ifuna lokh’ekfunayo
[verse 2]
thembalam ngyacela ungalinge lalele labantu mabeth
uthando lwethu luyophelela emoyeni
bano mona abafuni ukubona sijabulile mina nawe
kodwa leyo aksinginga
ngoba vele aba siyenzeli lutho
banjalo abantu
ubabeke abantu
abafuni into enhle
maba khohlwe
bayeke
mina ngawe ngicwele
[chorus]
ngish’ ubaba nomama
angeke bang’khethele ukuth ngithandana n0bani
inhliziyo ifuna lokh’ ekfunayo
abangani nabongeke ngamane kphele ub’ngan’ inkos’ impela
inhliziyo ifuna lokh’ ekfunayo
funa wena, wena, wena, wedwa
inhliziyo ifuna lokh’ekfunayo
Random Lyrics
- rbmbabyfaxe – trap booming lyrics
- blue hamilton – mountain snow lyrics
- my like sunday – mati atau bertahan lyrics
- kallionic – fears lyrics
- within reason – hero (live) lyrics
- o.g ezzy (rus) – пока она даёт (while she gives) lyrics
- yung beef – buffalo 66 freestyle* lyrics
- joni – botanical baby lyrics
- marc scibilia – already miss you lyrics
- augustsipped20 – beguiling aura lyrics