azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

sjava & saudi – amaphiko lyrics

Loading...

[chorus: sjava]
k’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
k’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe
k’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
k’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe

[post+chorus: sjava]
uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi
uz’ufike emnyango, ungavinjiwe
uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyahamba
uz’ufike emnyango ungavinjwe
[verse 1: sjava]
uyobona lapho
ukuthi akusiz’ ukuduba
kodwa ub’ungancengiwe
uyobona lapho, ukuthi akusizi ukuduba
kodwa ub’ungancengiwe
why ungibuz’ ukuthi i won’t fight for you
futh’ uwena othe langaphandle khona abangcono, mina i don’t deserve you
manje ung’fonela udakiwe ngabo 3 ek’seni
ujuthwa usummer walker
uyangthuka ufuna silwe, sorry, i don’t need that energy
no woman no cry, woman no cry
ngidlala ubob marley on repeat, peace

[chorus: sjava]
k’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
k’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe
k’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
k’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe

[post+chorus: sjava]
uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi
uz’ufike emnyango, ungavinjiwe
uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyahamba
uz’ufike emnyango ungavinjwe
[verse 2: saudi]
i will never fight you, ngeke ngik’vimbe
i really hope ungcono ke lomtholile
akafani nami, fani nami
akafani nami, fani nami
how am i at fault wuwe okhethile?
ngizobe ngikulandelelani? it’s not like ung’lindile
nge’ngikhone i can’t
argue nawe ngeke ngilunge
sisi uzoziphikisa uz’ukhathale angikho lapho

[chorus: sjava]
k’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
k’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uyimiseleni ngawe
k’thiw’ ungasheshi ushaye amaphiko othandweni
k’thiw’ umuntu wakho ungazi kuth’ uhleleni ngawe

[post+chorus: sjava]
uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma, uyamb’ awusabuyi
uz’ufike emnyango, ungavinjiwe
uzoth’ uthath’ intozakho wena uyaphuma uyahamba
uz’ufike emnyango ungavinjwe

[outro: saudi]
i’m not a player, ngine habit yokushela
nge’ngikhone ukuk’khalela, i’ll be on to the next one
calm down, ukhalelani? nayi i+twin saver
i’m not gonna save ya, zama i+police station
hay ukuthi angikufateli, ukuthi angik’ncengi
who gon replace me? ngiyakutshela i’m not asking



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...