azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

s’villa – khaya lam’ lyrics

Loading...

[verse 1]
unginika lonk’uthando lakho
ungikhusela lapho ngihamba khona
uma k+mnyama wena uyakhanyisa
ngakho angizukwesaba lutho
shona malanga ngikhumbul’ikhaya lami
hamba zinsuku ngiyobona abazali bami
hamba zinsuku ngikhumbul’ikhaya lami
lapho ngingezukuswela lutho

[pre+chorus]
ngibong’ indlel’ ongiphethe ng+yo
ngibonga izimfundiso zakho
ngibong’ indlel’ ongphethe ng+yo
ngibonga izimfundiso zakho

[chorus]
ngibong’ indlel’ ongthanda ng+yo
ngibong’indlel’ ongthanda ng+yo, ng+yo!
ngibong’indlel’ ongthanda ng+yo
ngibong’ indlel’ ongthanda ng+yo, ng+yo!

[verse 2]
namhla anginakh’ ukwesaba ( namhla anginakh’ukwesaba)
mangibona sekunjena, uthando lakho khaya
lingiphil’ukukhanya
ngihambile, ngibonile, kodwa akekho ofana nawe!
amathafa nezintab’ ezikude, ey
zingimele zithi wen’ ukude
nginethemba mama, ngikhulile baba
ngikhumbula lonk’ uthando lakho

[pre+chorus]
ngibong’indlel’ ongphethe ng+yo
ngibonga izimfundiso zakho
ngibong’indlel’ ongphethe ng+yo
ngibonga izimfundiso zakho

[chorus]
ngibong’indlel’ ongthanda ng+yo
ngibong’indlel’ ongthanda ng+yo, ng+yo!
ngibong’indlel’ ongthanda ng+yo
ngibong’indlel’ ongthanda ng+yo, ng+yo!

yebo ngiyazi akukho lula mama
nal’uthando alukho lula baba
ukubamb’uyeka, ukuqinisela
kukho konke benizimisela



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...