azlyrics.biz
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

k.o. (mr cashtime) – bushiri lyrics

Loading...

[chorus]
umoya wami, umoya wami uyaz’sola ng’konile
umoya wami, umoya wami uyaz’sola ng’konile

alwehlanga lungehlanga, alwehlanga lungehlanga
ngiyaz’sola ng’konile
alwehlanga lungehlanga, alwehlanga lungehlanga
i did you wrong, ngiyaz’sola ng’konile

[verse 1]
allow me to reintroduce myself my name is…
hold up, lento ngizoyiqalaphi? indab’engaka aningitsheleni ngizoy’qalaphi? this is pretty ugly
go ahead and call me by my new name, i deserve it
wena sthandwa sami, #menaretrash social media
isuk’ikhomb’ulwabish ofana nami
eyinyangen’ezedlulile bekungesiwena
wedwa empilwen yam’
i’ve been living a lie and i can’t even deny your intuition
ihlal’ik’thshel’izint’ezi-right, you could tell i have a chick on the side

[pre-chorus]
umunt’wami uyaboniswa, ungumbholofiti ubushiri

[chorus]
umoya wami, umoya wami uyaz’sola ng’konile
umoya wami, umoya wami uyaz’sola ng’konile

alwehlanga lungehlanga, alwehlanga lungehlanga
ngiyaz’sola ng’konile
alwehlanga lungehlanga, alwehlanga lungehlanga
i did you wrong, ngiyaz’sola ng’konile

[verse 2]
it’s hard to keep it real with you right now, right now
iqiniso liyababa i really gotta give it you you right now
ok-moshakele kuningi yeh, my life is like a soapie nowadays
ifana nesibaya nescandal, igenerations
ihlangene ne the queen
i made a promise kuthi soshada k’lonyaka babe
kodwa seng’moshe kangaka, ‘kaze ng’dliwe ngamahloni kangaka
you feel a little jaded nuh, coz i’ve been acting shady
didn’t tell you that i’m about to have a baby with another lady
but you already knew her, somehow you already knew her

[pre-chorus]
umunt’wami uyaboniswa, ungumbholofiti ubushiri

[chorus]
umoya wami, umoya wami uyaz’sola ng’konile
umoya wami, umoya wami uyaz’sola ng’konile

alwehlanga lungehlanga, alwehlanga lungehlanga
ngiyaz’sola ng’konile
alwehlanga lungehlanga, alwehlanga lungehlanga
i did you wrong, ngiyaz’sola ng’konile



Random Lyrics

HOT LYRICS

Loading...